Umuthi wokukhipha isisu wesizulu ungaba nobungozi lapho uzama ukukhipha isisu khona konakale kugcine kuhambe nomphefumulo wakho, ngesinye isikhathi kuyenzeka umuntu akhiphe isisu bese nenzalo iyavalaleka uthole ukuthi akasabatholi abantwana lapho useshadile usenenye indoda abantwana dololo ngenxa yokuthi wakhipha isisu kwalimala isibeletho. Ukukhipha umntwana ekhaya usebenzisa umuthi akuyona into eright, ngokwami ukukhipha isisu akuyona into enhle ongayenza empilweni.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.